Akasoze angidela nanini
noma ngabe nhikuphi na.
uJehovah unamandla okunqoba, ngingakhohlwa kanjani na.
ebumnandini nasezinhlungeini
akaze angiyekele
ingakho nami ngithembele kuye
inhliziyo yami, uthando lwami ngilunikela kuye.
ngiyethemba (kuye) kuyena ongumnqobi
nakho konke enginakho
Umusa wakhe umi nophakade
konke kuye kuyenzeka
(,ngiyamethemba) ngiyethemba kuyena ongumqobi nakho konke enginakho
umusa wakhe umi nophakade
konke kuye kuyenzeka
Akasoze angidela nanini
noma ngabe nhikuphi na.
uJehovah unamandla okunqoba, ngingakhohlwa kanjani na.
Lyrics Submitted by Lethukuthula Nkambule
Enjoy the lyrics !!!