damnlyrics.com

Angingedwa

Ngomhla liduma izulu

Nonyazi lusabeka,

Namanz' olwandle aduma

Ecish' ukungigwinya

Ngizwa amazwi kaJesu

Ethi"ungesabi"

Ngingeke ngikushiye

Oh cha angingedwa

Cha angingedwa , cha angingedwa

Ushilo angek' angishiye

Oh cha! Angingedwa

Lyrics Submitted by Kwenzi Jiyane

Enjoy the lyrics !!!