damnlyrics.com

Mangihamba

Ngathi ngisahamba emhlabeni

ngahlala ithuna lami mina

njengembali eqhakaza namuhla

ngakusasa isimbuleka.

ngokunjalo kungizumukufa

ngangisemusha ngiyingane nje

ezulwini sobonana futhi

zonk'

intsizi seziphele nya.

ningakhali bazalwane bami

sahlukene umzuzwana nje

ezulwini sobonana futhi

zonk'intsizi seziphele nya.

ningakhali bazalwane bami

sahlukene umzuzwana nje

ezulwini sobonana futhi

ngishiyile umzimba wodwa la

wodwa la.

Lyrics Submitted by Sanele

Enjoy the lyrics !!!