Bengi ngenabu'hlobo noNkulunkulu
Ngijengaye olahlekileyo
Wafika uJesu egcwele umusa nothando
Waba ngumlamuleli wami
Ngenxa ka Jesu msindisi wami
Ngikwazile ukuthi baba kuwe
Ngenziwe ngagcwele ngaphiwe ilungelo lokubizwa ngomntwana wakho
Mhla uJesu efika ngaphumula
Mhla uJesu efika ngaphumula
Wangethula umthwalo, wangishiya neculo
Mhla uJesu efika ngasinda
Mhla uJesu efika ngaphumula
Mhla uJesu efika ngaphumula
Wangethula umthwalo, wangishiya neculo
Mhla uJesu efika ngasinda
Wangethula umthwalo, wangishiya neculo
Mhla uJesu efika ngasinda
Lyrics Submitted by Snothile Dlamini
Enjoy the lyrics !!!