damnlyrics.com

Ngizolibonga

Ngiphakamisela amehlo ami kuwe msindisi

Nguwe ithembalami ekuhambeni kwami.

Wena walizwa izwi lomkhuleko wami

Ngikhala kuwe msindisiWelula isandla sakho wangiphakamisa.

Ngizolibonga, ngizolibonga

Ngizolibonga elakho igamaUngena nathi, ungena nathi

Ungena nathi esithandweni somlilo

Song Discussions is protected by U.S. Patent 9401941. Other patents pending.

Enjoy the lyrics !!!