damnlyrics.com

Sekukaningi

Ngize ngamazwi okubonga kuwe ngothando onginike lona angazi baba, ngingaqala ngithini na ngalokhu ungithandile

baba...

[chorus]

sekukaningi sekukaningi baba ungenzel' okuhle×2

impilo,kuningi nokuvuka ,kuningi baba ongenzele khona, ukubona kuningi ukulalela kuningi baba ongenzele khona

[solo]

Abanye abantu baba ubaphile amehlo kodwa abakwazi kuzibonela ngokwabo, abanye abantu baba ubaphile izinyawo kodwa abakwazi kuzihambela ngokwabo

[back to chorus]

[solo]

abanye abantu baba ubaphile ingcebo emoyeni wabo abajabulile neze neze,baba ngiyabonga ngalokh okuncane onginike khona kuyanganelisa emoyeni wami

[back to chorus]

Lyrics Submitted by Amanda

Enjoy the lyrics !!!