damnlyrics.com

Zibonakalise

Inkinga zingi haqile

U sathane ungivukele ×2

Kodw' amehlo ami a bheke kuwe

Bonakala Nkos' uJesu

Zibonakalise...

Oh zibonakalise Chorus×1

Oh Oh zibonakalise

Ngamandla a...kho

Inkinga Zam ziyafisa

Kuthulisa ihubo Lam nawe

Kodwa amehlo ami a bheke kuwe

Bonakala Nkos' uJesu

Chorus ×2

Ngubani ongafaniswa nawe

Ngamandla nango bukhosi bakho ×2

Phakama zisakazeke

Izitha zakho Nkos' uJesu

Chorus ×4

Zibonakalise ngamandla a...kho

Oh zibonakalise ngamandla a...Kho ×3

Ngubani ongafaniswa nawe

Ngamandla nango bukhosi bakho

Phakama zisakazeke

Izitha zakho Nkos' uJesu

Lyrics Submitted by Ongezwa Sebenga

Enjoy the lyrics !!!