damnlyrics.com

Dali

Mama ngethul'umthwalo

Uthando lwam ebe ngikunika Lona

Beku ngolwakho lonke emhlabeni

Sthandwa Sam ebengekho omunye

Bengithi uyithemba lami,ngob'iksasa lami bengil'bona kuwe

Bengithi sohlukaniswa wukufa nawe kanti lutho

Bengithi uzong'vikela ezitheni zami kanti NGO bulawa wuwe

Sekusobala ukuthi okusho ngam okuhle you never meant it

Ngiy'slima ngiyaz

Every time you told me you love me and I believed it

Kodw'inthliziyo yam iyafuna uku'xolela kodwa inqodo ayivumi weeeeh

Ngibuz'ukuthi

Ingabe Yini le engaka aknika yona(×3)

Into ongayitholi kimi

Ingabe Yini le engaka

Yini le angaka aknika yona(×3)

Into enginganayo Mina

(Chorus)

Daaaaaali×(2)sthandwa sami

Daaaaaali×(2)sthandwa sami

Kanti Yini ungenza nje

Ka nje!ka njena?(×2)

Lyrics Submitted by Hlengiwe sekgololo

Enjoy the lyrics !!!