Baba Ungavumi - Babo Ngcobo
| Page format: |
Direct link:
BB code:
Embed:
Baba Ungavumi Lyrics
Baba ungavumi
Wena uqinisa inyawozami uma nginyathela ameva
Uqinisa amahlombe ami uma ngithwele kandzima
Wenza ndingindingi imizwa yami uma ngizwa buhlungu
Wena uyazilwa izimpi zami noma ngilele ebsuku×2
Ngibengisemathongweni wena awulalanga baba
Wena kaw' vumini ngempilo yami
Wena aw'vumi ngobomi bami
Wajika imikhonto ebhekiswe kimi yabheka lapho iphuma khona
Wena wajika izinto ebesithunyelwe kimi zaphindela esithunywe khona
Baba usungavumi isikholo sami sithwathwe ngusathana
Webababa usungavumi ngiwelele ngiphalale njengamanzi×2
Mangiyekelelwa nguwe ngiyophalala njengamanzi×2
Baba uzungavumi×2
Lyrics Submitted by Mbali makwakwa
Enjoy the lyrics !!!